Bahlakazwe nge-teargas abebemasha eLimpopo

2017-04-08 08:10

Polokwane - Amaphoyisa asebenzise izinhlamvu zenjoloba nosisi olukhalisa unyembezi ukuhlakaza izakhamuzi zaseSeshego ebezivale umgwaqo, ziphoqa nokuthi kuvalwe izitolo ngoLwesihlanu.

Izakhamuzi zishise amathayi zavimba imigwaqo ngesikhathi zijoyina imashi ephikisana nobuholi bukaMengameli Jacob Zuma.

OLUNYE UDABA:#AntiZumaMarches: Udlame emamashini aseGoli

Ngaphambilini ngoLwesihlanu osomabhizinisi bebezivulile izitolo zabo njengenjwayelo.

Kodwa ngokuhamba kwesikhatyhi, izakhamuzi zangena emgwaqeni nazo zifuna ukuba uZuma ehle esikhundeni.

EZINYE ZEZITHOMBE ZAMAMASHI ABEQHUBEKA KULONA LONKE LELI:

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-18°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 4-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-22°C Partly cloudy. Cool. PE: 12-20°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...