Bagwetshiwe abavalela umuntu ebhokisini lomngcwabo

2017-10-27 10:27

Johannesburg - Abesilisa ababili bagwetshwe iminyaka engaphezu kweyishumi umuntu emunye ngecala lokuphoqa uVictor Mlotshwa ukuba angene ebhokisini lomngcwabo.

UTheo Martins Jackson noWillem Oosthuizen ngo-Agasti balahlwa ngamacala okuzama ukubulala, ukushaya ngenhloso yokulimaza, ukuthumba kanye nokuphazamisa ukusebenza komthetho.

OLUNYE UDABA: Akasekho emhlabeni onondweba wodumo

U-Oosthuizen ugwetshwe iminyaka engu-11 ebhadla ejele, kanti uJackson yena ugwetshwe engu-14.

UMlotshwa phambilini wezwakalis aukuthi uyajabula ngokuthi laba balahlwe yicala, wathi uyojabula kakhulu uma bengagwetshwa iminyaka engu-15 ebhadla ejele.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-16°C Partly cloudy. Cool. Pta: 11-25°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 9-20°C Sunny. Mild. Bloem: 4-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-25°C Sunny. Mild. PE: 14-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...