Angeniswe esibhedlela amadoda ashaywe wumphakathi

2018-03-16 19:30

Johannebsurg - Amaphoyisa asendaweni yeisgameko e-Eldorado Park lapho umphakathi utalabhe khona amadoda amabili asolwa ngokuthumba intombazane esencane

Kusolwa ukuthi la madoda abehamba eqoqa impahla endala endaweni athumbe le ntombazane ngoLwesihlanu ntambama.

Imbangela yesigameko ibingakacaci kahle.

OLUNYE UDABA:Kuthunjwe kwadlwengulwa intombazane, 16, e-KZN

Okhulumela amaphoyisa ase-Eldorado uPhillemon Khorombo uthe la madoda aphuthunyiswe esibhedlela.

"Sicela amalungu omndeni asize ngophenyo. Okwamanje alikho icala aelisavuliwe ngesigameko futhi bekungakaboshwa muntu, sidinga imininingwane ukuze sizoqhubeka nomsebenzi."

 - EWN

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 8-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...