Amazwe ahamba phambili 'ngezinduku' ezinkulu

2018-03-19 18:00

Johannesburg - Amadoda aseGhana yiwona aphethe izitho zangasese ezinkulukazi emhlabeni wonke.

Ngeshwa, nakuba kungekubi kangako, iNingizimu Afrika ikleliswe yaba kunombolo 10.

Kubukeka sengathi amazwe ase-Asian afana ne-India, Thailand kanye neSouth Korea awaphiwanga amadoda aphethe ‘izinduku’ ezinkulu.

OLUNYE UDABA: Usejele ubaba osolwa ngokudlwengula amadodakazi akhe

INigeria ingelinye lamazwe akwi-top 5 kanye neGabon, Jamaica neHaiti.

Ohlwini lamazwekazi kubonakala i-Afrika, ikakhulukazi amazwe asentshonalanga ne-Afrika, ihamba phambili ngamadoda anezinduku ezingu-4-5 inch ubude.

 

6.3 - 7 inches (Amazwe ahamba phambili ‘kwabanezinduku’ ezinkulu)

·         Ghana

·         Gabon

·         Jamaica

·         Haiti

·         Nigeria

 

5.8 - 6.3 inches (Amazwe alandela ahamba phambili)

·         Australia

·         Italy

·         Norway

·         Mexico

·         South Africa

 

3.6 - 4.1 inches (Amazwe ahamba phambili ngamadoda ‘anezinduku’ ezincane)

·         India

·         Sri Lanka

·         Thailand

·         Malaysia

·         South Korea

 

 4.1 - 5 inches (Alandela lawo ahamba phamabili  ngezinduku’ ezincane)

·         Russia

·         Japan

·         Brazil

·         Indonesia

·         Greece

 - The Sun

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-23°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 12-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Light rain early. Morning clouds. Cool. PE: 12-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...