Amaphoyisa asebenze kanzima kuginqika iloli labhiya eToti

2016-03-29 07:54

Durban - Kuginqike iloli ebithwele ubhiya kuN2 eduzane naseManzimtoti ngoMsombuluko, kwachitheka bonke utshwala kuthelawayeka, kusho abosizo lokuqala.

Leli loli liginqike kuDickens Road, kusho okhulumela abeNetcare911 uChris Botha.

OLUNYE UDABA: Kuginqike iloli lenyama kwavalwa umgwaqo eGoli

Imbangela yengozi ayaziwa.

Amabhodlela kabhiya namakesi abesakazeke umgwaqo wonke. Ukuhamba kwezimoto kuphazamisekile ngoba abantu bebema endaweni yesigameko.

Amaphoyisa asebenze kanzima ukulawula isimo endaweni, kusho uBotha.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Mostly sunny. Mild. Pta: 18-29°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-28°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-19°C Scattered showers. Breaks of sun late. Cool. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...