Akukaboshwa muntu kwesokudubulana kwamaphoyisa nabokufika

2017-10-12 07:45

Johannesburg - Akukaboshwa muntu kulandela isigameko sokudubulana kwamaphoyisa namalungu omphakathi aseVanderbijl Park.

NgoLwesibili, amaphoyisa abesesha umuzi oseVanderbijl Park efuna izidakamizwa.

Okhulumela amaphoyisa, uthe amalungu omphakathi athathe isidumbu sendoda ayosifaka evenini lamaphoyisa, enza sengathi le ndoda ibulawe ngamaphoyisa.

OLUNYE UDABA:Kudubulane amaphoyisa nezigebengu eLadysmith

Lokhu kuholele amalungu omphakathi, iningi lawo adabuka eNiogeria, ahlasele amaphoyisa.

Kulimale amaphoyisa angu-6.

Kuvulwe icala lokuhlasela, ukuzama ukubulala nokubulala.

 - eNCA

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-19°C Sunny. Mild. Pta: 16-27°C Morning clouds. Warm.
Jhb: 14-23°C Rain early. Morning clouds. Mild. Bloem: 12-27°C Rain late. More sun than clouds. Warm.
Dbn: 16-25°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...