Akekho otshele omunye kugingqika iloli lenyama e-KZN

2016-09-29 11:38

Cape Town - Batheleke ngobuningi babo abantu beyotapa inyama kuginqika iloli ebelithwele izinkukhu ku-N2 eHibberdine ogwini olusebengizimu neKwaZulu-Natal, ngoLwesine ekuseni.

Okhulumela abosizo lokuqala i-Emergency Medical Services uRobert McKenzie uthe abezimo eziphuthumayo baphuthume endaweni yeisgameko ngezithuba zabo-05:40 bafika balapha abantu ababili abebekule loli.

OLUNYE UDABA: Kuginqike iloli lenyama kwavalwa umgwaqo eGoli

"Kube sekuqala isiphithiphithi  njengoba kusolwa ukuthi abantu bebezitapela inyama yenkukhu (efrizile).Amaphoyisa nonogada bafike ngokushesha endaweni yesigameko bezolawula iqulu labantu," usho njalo.

Iqulu libe selihlakazeka ngemuva kwesikhashana nmemuva kokufika kweziphathimandla, kusho uMcKenzie.

Ukuhamba kwezimoto akuzange kuphazamiseke njengoba bezikwazi ukudlula kahle ngasendaweni yesigameko.

Isithombe:

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C More clouds than sun. Mild. Pta: 17-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-34°C Sunny. Hot. PE: 17-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...