Abe-SANBS bacela kunikelwe ngegazi, kuyaphuthuma

2016-09-27 08:31

Johannesburg - Abe-South African Blood Service (SANBS) banxusa umphakathi ukuba unikele ngegazi.

Abakwa-SANBS bathi basalelwe yigazi elincane kakhulu, elingaphela noma yinini.

OLUNYE UDABA:Sicela ninikele ngegazi - SANBS

"Lo umyalezo ophuthumayo kubo bonke abanikela ngegazi asebaphoswa yisikhathi sokunikela noma labo osekufanele banikele ngalo, ikakhulukazi labo ababandakanyekayo ekunikeleni ngegazi futhi njengoba nazi ukuthi sesizongena kwisizini ephithizelayo nokhisimusi ususondele.

"Siyakuqonda ukuthi abantu bamatasa ngezivivinyo nokuphetha unyaka, lokhu kungase kusidalele inkinga ekubeni negazi elanele lokuphakela izwe, kusho okhulumela iSANBS uVanessa Raju.

 - SABC 

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Morning clouds. Mild. Pta: 15-24°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 11-22°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-25°C Morning clouds. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...