Abashayeli bamabhasi bavale imigwaqo emikhulu eThekwini

2017-04-07 12:31

Durban - Amabhasi kaMasipala weTheku asevale yonke imigwaqo emikhulu edolobheni.

Amabhasi akwaMasipala apakwe phakathi nemigwaqo, kanti awanamuntu phakathi, okubalwa u-M4, Umngeni Road kanye nothelawayeka u-N3 ngakuSpaghetti Junction.

Ngokombiko weNewswatch, lowo okhulumela amaphoyisa kamasipala weTheku, uSibonelo Mchunu, uthe basazama ukuhlonza izindawo ezithintekayo.

Uthe benza konke okusemandleni ukususa ngokushesha la mabhasi avimbe imigwaqo.

FACEBOOK:

 - SowetanLive

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C Sunny. Mild. Pta: 6-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: -3-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-21°C Drizzle. Morning clouds. Cool. PE: 9-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...