Abakwa-SANBS bayazikhalela ngokushoda kwegazi

2015-12-25 11:31

Johannesburg - AbeSouth African National Blood Service's (SANBS) banxusa umphakathi ukuba unikele ngegazi.

Njengoba isiminyaminya sikhula abantu bevakashela ezindaweni ezahlukene kuleli nesibalo sezingozi zomgwaqo siyakhula.

OLUNYE UDABA: Liyashoda igazi-SANBS

Njengamanje sekuhone abantu abalinganiselwe abangu-700 nenqwaba yabantu elimalayo.

Okhulumela abe-SANBS uVanessa Raju uthe bashodelwa yigazi kulamaholidi kaKhisimusi ngoba abantu abanikeli ngegazi njengenjwayelo onyakeni wonke, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Morning clouds. Mild. Pta: 15-24°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 11-22°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-25°C Morning clouds. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...