Abafundi baseThekwini banikwe izipho egqugquzela ukucwasana

2016-04-15 11:31

Durban -  Abaphathi besikole iNorthwood baphenye ngodaba lwabafundi okuthiwa bayingxenye yeqembu lamadelakufa, kubika iNewswatch.

Okhulumela inhlangano eyengamele lesi sikole uthe inhlangano ebizokwethula inkulumo kubafundi ibingavumelekile ukubanikeza izipho.

Lesi sikole sithe lenhlangano inikeze abafundi izipho ezifana namavidiyo ebhebhethekisa udlame nokucwasana ngokobuhlanga.

OLUNYE UDABA:"Ukucwasana ngokwebala kubuyisela izwe emuva"

Lesi sikole sikhiphe isitatimende esichazayo ukuthi kunokumenywa izikhulumi ezahlukahlukene ukuba zizokhuthaza abafundi. 

Bathi ngeke bamelane nabantu abazama ukunika abafundi izinto ezigxeka inkolo ethile futhi nezitshala inhlamvu yenzondo nokucwasa abantu abathile.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 11-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-22°C Sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 13-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...