Zizoya enkantolo iziboshwa ezathumba udokotela

2012-12-12 16:24

Bloemfontein - Iziboshwa ezimbili ezavalela udokotela nomhlengikazi, ejele iMangaung Maximum Security Prison, zizobhekana necala lokuthumba nokulimaza.

Lokhu kuvezwe ngamaphoyisa ngoLwesithathu.

ULieutenant Colonel Thandi Mbambo uthi iziboshwa zizovela ngaphambi kweNkantolo yeMatshi yaseBloemfontein, ngoLwesihlanu.

USibusiso Nkosi no-Abraham Mabe bathumba udokotela nonesi, isikhathi esingamahora angu-48.

Umhlengikazi wathola ukulimala, wase ededelwa ngemuva kwamahora ambalwa, udokotela yena baqhubeka nokumthumba.

Iziboshwa zagcina zinqotshwa ngamaphoyisa.





 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-14°C Numerous showers. Morning clouds. Cool. Pta: 7-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-15°C Mostly sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 12-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 10-21°C Rain late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...