Ziyaqhubeka izingxoxo ngokudedelwa kukadokotela

2012-11-20 07:47
Yabelani Shicilela

Bloemfontein - Abaxazululi baqhubekile nokuzama ngoLwesibili ekuseni ukuthi babone ngaso linye neziboshwa ezimbili ejele laseMangaung ekutheni zidedele udokotela ezimthumbile, kusho amaphoyisa.

"Bebengakeneliseki ngezingxoxo," kusho okhulumela amaphoyisa aseFree State uBrigadier Billy Jones.

Lezi ziboshwa zithumbe udokotela ngesikhathi enza umzungezo wamasonto onke ehlola iziboshwa ngo-11:00 ngoMsombuluko, nomhlengikazi wesifazane.

Babe sebemdedela unesi ngemuva kokuhamba kwesikhathi kulandela izinsolo zokumshaya.

Kuthiwa lezi ziboshwa zifuna ukuyiswa ejele laseGauteng.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-25°C High level clouds. Mild. Pta: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 11-25°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 19-26°C Early fog followed by sunny skies. Mild. PE: 15-23°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...