Ziqhubekile izibhelu eSasolburg

2013-01-24 07:41

Johannesburg - Kushaywe ngamatshe umuzi kwathi isiza ebekwakhiwa kusho sangqongqiswa ngomlilo esigamekweni sakamuva eSasolburg, kusho amaphoyisa aseFree State ngoLwesine.

"Lesi sigameko sihlobene nesenzo sobugebengu: abantu abathatha amashansi," kusho uConstable Peter Kareli.

Kushone abantu ababili kwathi abanye balimala emibhikishweni eyaqubuka kuleli dolobha kusukela ngeSonto.

Imbangela yalokhu kuhlasela ayikacaci, njengoba kungeyona eyesikhulu sikamasipala, esho.

"Abantu ababalelwa ku-12 baqale ukujikijela lo muzi ngamatshe, base bebaleka."

Akulimalanga muntu.

Izakhamuzi zimelene nokuthi zihlanganiswe noMasipala waseNgathwe, nongaphansi kweParys.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-25°C Numerous showers. High level clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...