Zimkhalele osolwa ngokudlwengula indodakazi

2012-12-31 07:03

Mahikeng - Ikhalelwe ngamasongo kaSigonyela indoda yaseMahikeng, eneminyaka engu-54 ubudala, esolwa ngokudlwengula indodakazi yayo eneminyaka engu-22 ubudala.

Lokhu kuvezwe ngamaphoyisa aseNorth West, ngeSonto.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Amanda Funani uthi kukholakala ukuthi indodakazi ibilele ngesikhathi uyise eyibhozomela eyidlwengula, ngoLwesihlanu ebusuku.

Umsolwa kulindeleke avele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseRustenburg ngoMsombuluko.


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-15°C Afternoon clouds. Cool. Pta: 9-16°C Rain late. Morning clouds. Cool.
Jhb: 6-12°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. Bloem: 6-9°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Dbn: 11-15°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool. PE: 10-14°C Scattered showers. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...