Zimkhalele obulale intombi

2012-10-29 14:03

Johannesburg - Kubulawe owesimame ngesikhathi kunengxabano phakathi kwakhe nesoka lakhe eDutywa, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape ngoMsombuluko.

UCaptain Jackson Manatha uthe lezi zithandani zaba nengxabano ngoMgqibelo ebusuku ngemuva kokuba lona wesifazane ethole umyalezo ophuma kwenye intombi ocingweni lesoka lakhe.

“Kusolakala ukuthi isoka lisebenzise isigodo ukushaya lona wesifazane... Uthe akabonanga ukuthi ushonile njengoba avele wathula ngesikhathi emshaya."

Isoka liqale ukubona ukuthi lona useshonile ngeSonto ekuseni labe selibiza amaphoyisa.

Libe seliboshwa kanti lizovela eNkantolo yeMantshi eDutywa ngoLwesibili.


 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-32°C More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-27°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 15-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-24°C Showers early. Decreasing cloudiness. Mild. PE: 18-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...