Zihanjisiwe izincwadi zokufunda eLimpopo

2013-01-18 07:46

Johannesburg - UNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo eLimpopo, uDickson Masemola, utshele isiShayamthetho ukuthi izincwadi zesikole zisatshalaliswe kuzona zonke izikole esifundazweni.

“Ikomidi lazi ukuthi izincwadi zidiliviwe esifundeni iWaterberg, ngaphandle kwezikaGrade 11 zeMathematics nePhysical Science,” kusho uSihlalo wekomidi lezemfundo ePhalamende ngoLwesine.

NgoMsombuluko, leli komidi lihlangane noMasemola nezikhulu zalo Mnyango kuzona zonke izifunda.

UMasemola uveze izindlela zokuzama ukwenza kangcno isimo, ukuphathwa ngendlela kwemali kanjalo nokuzimisela koMnyango nezikole esifundazweni.

Lokhu-ke kulandela umsindo owasuka ngonyaka ofile mayelana nokungahanjiswa kwalezi zincwadi kusenesikhathi eLimpopo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UKelly ubuyisele izinto zikaMeyiwa

Emizuzwini eyi-57 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 17-29°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Showery. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-24°C Heavy rain. Broken clouds. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...