Zibakhalele othisha abadayise 'imbuzi'

2012-11-23 10:01

Johannesburg - Abahlanu abafundisa kwelinye lamakolishi eMpumalanga, bakhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngezinsolo ezithi bayathinteka enkohlakalweni yokuthengiswa kwamphepha ezivivinyo, kusho uphiko loKlebe ngoLwesihlanu.

Abafundi babanjwe bephethe amaphepha okuhlolwa, besezindlini abahlala kuzo, ezihlelelwe abafundi, kusho uCaptain Paul Ramaloko.

Amaphepha kuthiwa bawathengiselwe ngothisha babo.

"Othisha bashaqwe ngamaphoyisa besemsebenzini, kushanqwe namakhompyutha namanye amaphepha."

URamaloko uthe othisha laba ababhalisile ngaphansi kwabeSA Council of Educators.

Abasolwa balindeleke ukuthi bavele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseWitbank ngoLwesihlanu.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 16-31°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-25°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 15-29°C Heavy rain late. Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 15-25°C More clouds than sun. Mild. PE: 14-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...