Zibakhalele ababulala izaguga

2013-01-15 07:48

Belfast - Aboshiwe amadoda amabili asolakala ngokubandakanyeka ekubulaweni kwabashadikazi asebebadala eBelfast, kusho amaphoyisa aseMpumalanga.

Owesilisa wokuqala, 21, uboshwe emzini oseMamelodi, enyakatho nePitoli, kusho uColonel Leonard Hlathi.

Owesibili, 24, ukwazile ukubaleka ngemuva kokudubula amaphoyisa, kepha wabanjwa eLydenburg ngoMsombuluko.

Kutholakale isibhamu okusolakala ukuthi esezisulu, iveni yakwaNissan eyebiwelwa ezinye izaguga eCarolina, kusho uHlathi.

Izidumbu zikaRudolf no-Elna van Heerden, abaneminyaka engu-79 ubudala, zatholakala efrijini eBelfast ngoJanuwari 9.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

ISes'khona ayizami ukucosha amaphuzu

Emizuzwini eyi-42 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Sunny. Mild. Pta: 4-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-15°C Sunny. Cool. Bloem: -1-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-23°C Morning clouds. Mild. PE: 8-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...