Yilwani nenkohlakalo - Gordhan

2012-08-30 14:08
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Abantu baseNingizimu Afrika kumele babambisane kuze kuzoliwa nobugovu nenkohlakalo okuhlasele izwe, kusho uNgqongqoshe woMnyango wezeziMali uPravin Gordhan.

"Nginitshele nje...inkohlakalo yigciwane elihlasele engeke lelashwe ngisho emitholampilo nasezibhedlela. Lingalapheka kuphela uma abantu bebuyelwa wonembeza eNingizimu Afrika," esho ngesikhathi kuqhubeka umhlangano wabakwaDiscovery Invest Leadership, eGoli.

"Kumele sihlanganyele nabanye abantu abayizigidi bakuleli abathembekile abamelene nenkohlakalo."

UGordhan uthe kumele isizwe sibhekane ngqo nalokho okuholela ekutheni abantu bagcine benza inkihlakalo, uthe akuliwe nomkhuba wokuthi abantu bazicabangele bodwa.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-19°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 8-25°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 17-26°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...