Yalandelwa yonke imigudu - Sisulu

2012-07-04 07:33
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Lowo owabe engamele uMnyango wezokuVikela ngaphambilini uLindiwe Sisulu uzosebenzisana nophenyo loMphenyimabhuku kanjalo noMvikeli woMphakathi mayelana nethenda ekwathengwa ngalo indiza kaMengameli Jacob Zuma, kusho uMnyango wakhe.

Okhulumela uSisulu uNdivhuwo Mabaya uthe: “Ayikho imininingwane ezonikezwa iDA njengoba ungekho umthetho obophezela umnyango ukuba wenze njalo."

Ubephendula ngesikhathi iDemocratic Alliance iphonsele uSisulu inselelo yokuthi makaveze ubufakazi bokuthi kwalandelwa imigudu efanele yini ngaleli thenda.

Ngaphambilini, oweDA uDavid Maynier uthe: “USisulu kumele aveze amaphepha angubufakazi bokuthi uNgqongqoshe wezeziMali uPravin Gordhan wayiphasisa le thenda."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C Sunny. Mild. Bloem: 8-25°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-28°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...