Xwayani amakolishi angabhalisiwe - Sasco

2013-01-08 15:02

Johannesburg - Laba abakade benza umatikuletsheni kumele baqaphelisise uma bebhalisela izikhala zokufunda ezikhungweni zemfundo ephakeme, kusho inhlangano yabafundi iSA Students' Congress (Sasco).

Kumele abafundi baqaphelisise ukuthi abangeni emakolishi angabhalisile ngokusemthethweni, kuqhuba inhlangano.

"Siyanxusa ukuthi abafundi baqikelele ekutheni bavula amehlo uma bekhetha izikhungo abazobhalisa kuzo,” kusho isitatimende.

"Ziningi izinswelaboya ezilindele ukuxhaphaza abantu abangazi, ziphinde zibafundise izifundo ezingabhalisiwe.”

ISasco icele abafundi ukuthi bashayele uMnyango wezeMfundo ePhakeme, babuze ngesikhungo, ngaphambi kokuzibophezela.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UTutu ufuna kwesekwe ababhikishi

Emizuzwini eyi-12 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C Mostly sunny. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 6-20°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-19°C Showery. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...