Wonke umuntu uzophawula kolwemigomo - ANC

2012-06-22 12:05
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Akekho umuntu ozoba ngungcwele ngcwele uma kudingidwa ngemigomo yeqembu lenhlangano ebusayo, kusho inhloko yethimba elidingida ngemigomo uJeff Radebe.

"Zonke izihambeli kanjalo nabaholi kumele babe novo, bazwakalise imibono yabo," kusho uHadebe etshela iphephandaba iNew Age.

"Noma kunjalo kuzonquma amagatsha."

URadebe ubephendula imibiko ethi iPhini likaMengameli uKgalema Motlanthe ufake imibuzo ngokuqhoqhobalwa kwezikhundla amahlandla elandelana.

Kuthiwa kuzwakale uMotlanthe ebuza ephindelela ngokuphathwa kwezikhundla.

Imibiko ithi utshele izihambeli zesidlo sakusihlwa ebekuhlonishwa ngaso incithabuchopho uHarold Wolpe, wathi umqulu ngemigomo uqukethe amagama ajulile nobuchwepheshe.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...