Welulama kahle uMandela

2012-12-17 15:03

Johannesburg - Lowo owayengumengameli wakuleli uNelson Mandela ulumala kahle kakhulu kulandela ukuhlinzwa, kusho iHhovisi likaMengameli ngoMsombuluko.

"Niyacelwa ukuba kuze kube sidedela imininingane emisha, nithathe ngokuthi uMandela ululama kahle," kusho okhulumela leli hhovisi uMac Maharaj.

UMengameli Jacob Zuma ufisele uMandela ukuba alulame ngokushesha ngeSonto ngesikhathi ethula inkulumo yakhe engqungqutheleni ye-ANC eseMangaung.

UMandela, 94, wayiswa ePitoli esuka eQunu, e-Eastern Cape, ngempelasonto eyedlule, ukuze ayolashelwa isifo esihlobene namaphaphu nokukhishwa ama-gallstones.

"Ukuhlinzwa kwahamba kahle kanti uyathembisa."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-15°C Passing showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 14-31°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm. Bloem: 13-25°C Passing showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-25°C a mixture of sun and clouds. Mild. PE: 13-19°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...