U-matric wethu uzophasa kahle - W Cape

2013-01-01 15:51

Cape Town - Isifundazwe iWestern Cape sinokukhulu ukuzethemba ekutheni abafundi bakamatikuletsheni bazokwenza kahle, kusho uNgqongqoshe woMnyango wezeMfundo uDonald Grant, ngoLwesibili.

"Siyathemba abafundi bango-2012, baseWestern Cape bazosithokozisa isifundazwe," esho.

UGrant uthe bangaphezu kuka-44 000 abafundi abazokwamukela izitifiketi zabo zebanga leshumi, ngoLwesine.

"Kubalulekile ukuthi uma kudedelwa imiphumela bese ihlaziywa ngendlela, kuze kuzobonakala izinga lemfundo kulesi sifundazwe.”

UGrant uthe kukhona umqondo ongemuhle owenziwayo, okungukubheka kuphela isibalo sabafundi abaphasile, bese kushiywa ngaphandle laba abangabhalanga nokubhala.

Uthe izinga lemfundo eWestern Cape, likhulile kusukela ngo-2009.

"Sinamathemba amakhulu okuthi isibalo sizophinda sikhule nango-2012.”




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Sunny. Cool. Pta: 17-29°C Showers late. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 15-25°C Showers late. More clouds than sun. Mild. Bloem: 17-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 17-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...