Uzohlolwa ingqondo umsolwa kwelokudlwengula

2012-05-17 12:05

Johannesburg - Umfana, 13, osolwa ngokuba yingxenye yequlu eladlwengula intombazane engaphilile emqondweni yaseSoweto uzoya kohlolwa ngodokotela bengqondo, kusho iNational Prosecuting Authority ngoLwesine.

Okhulumela iNPA uMthunzi Mhaga uthe lokhu kuzocacisa mayelana nokuthi ubengakwazi yini ukwenza lobu bugebengu asolwa ngabo.

"Ukhumbule ukuthi izingane eziphakathi kweminyaka eyisikhombisa no-14 ubudala zithathwa njengezingenakho ukwenza ubugebengu."

Uthe bonke abasolwa abayisikhombisa bazovela eNkantolo yeMantshi yaseRoodepoort ngoJuni 20.

Abafana abane namadoda amathathu abasolwa ngokudlwengula intombazane, 17, basabalalisa i-video yalesi sigameko.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Usesejele uPistorius

2014-10-21 18:25
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 16-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Mild. Bloem: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 15-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...