Uzohlolwa ingqondo uKotze

2012-05-11 16:37

Modimolle - Ungqondongqondo ecaleni lokudlwengulwa nokubulawa kwenkosikazi uJohan Kotze, kuzofanele ahambe ayohlolwa ngudokotela wengqondo, kunquma iMansthi eNkantolo yaseModimolle.

"Ngokomthetho wezinkantolo uKotze kumele ahanjiswe esibhedlela sabagula ngekhanda iWeskoppies Psychiatric Hospital aye kohlolwa ngodokotela," kusho iMantshi uHannes Stoffberg.

"Kumele kuthathwe izinyathelo ngokushesha mayelana noKotze. Uzogqunywa esitokisini kuze kuba kubuya imiphumela yodokotela."

UKotze kuthiwa waphoqa abasebenzi bakwakhe engadini ukuthi badlwengule umkakhe ebakhombe ngesibhamu, waphinde wadubula wabulala indodana kankosikazi angayizali.


"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kubhekwe isigwebo sikaBasson

Emizuzwini eyi-1 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-21°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 15-31°C Tstorms late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-24°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...