Uzofela ejele obedlwengula indodakazi

2012-10-23 12:29

Durban - Iyoze ifele ejele indoda elahlwe yicala lokudlwengula indodakazi yayo iminyaka emihlanu iphindelela, iNkantolo yesiFunda eMlazi igwebe lo baba udilikajele, kusho amaphoyisa esifundazweni eKwaZulu-Natal.

Ngokusho kukaCaptain Thulani Zwane, ubaba oneminyaka engu-48 ubudala, waqala ukudlwengula indodakazi yakhe ngonyaka ka-2006.

"Wayedlwengula indodakazi ekhaya labo, bese eyesebisa ngokuyibulala uma ike yatshela umuntu," kusho uZwane.

Indoda yaboshwa ngenyanga kaNovemba ngemuva kokuthi ingane ibikele udadewabo ngokudlwengulwa kwayo.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 16-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-23°C Morning clouds. Mild. PE: 15-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...