Uzobhadla 20 weminyaka ejele owaseNigeria

2011-03-04 12:57

Johannesburg - Uphiko lwezokushushiswa kwamacala omphakathi iNational Prosecuting Authority (NPA) ithe unikezwe iminyaka engu-20 ebhadla ejele umlisa waseNigeria ngamacala okukhwabanisa eNkantolo yeSifunda yaseGermiston ngoLwesihlanu.

Okhulumela i-NPA uMthunzi Mhaga uthe uPeter Maxson Anyanyueze unikezwe iminyaka engu-10 ngokukhwabanisa, eminye engu-10 yokuqola imali nemibili yokuphula umthetho i-Immigration Act.

Esitatimendeni uMahaga uthe u-Anyanyueze waboshwa ngoJulayi 2007, watholakala enecala ngoMashi 1, 2010.

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kutholwe isidumbu sowesifazane sinqunu

Emizuzwini eyi-4 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 14-22°C Morning clouds. Cool. PE: 16-20°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...