Uzobekwa icala obulale izingwenya

2012-05-11 16:38

Pretoria - Uzobekwa icala lokuhlukumeza izilwane umninipulazi waseRustenburg, eNorth West osolwa ngokuhlinza izingwenya ziphila, kusho abakwaNCSPCA, ngoLwesihlanu.

Okhulumela abakwa NCSPSA uNazareth Appalsamy uthi kumele izingwenya zibulawe ngesizotha esifanelekile ngaphambi kokuthi zihlinzwe.

Kuthiwa umninipulazi wahlinza izingwenya ezisancane ziphila, enzela ukudayisa isikhumba kubathungi.

"Izikhulu zakwaNational Council's Farm Animal Unit zakumisa ukubulawa kwezilwane ngesihluku zilandela umthetho ovikela izilwane."

U-Appalsamy uth kuzokwenziwa uphenyo lunzulu bese umninipulazi evulelwa icala lokuhlukumeza izilwane.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C Sunny. Mild. Bloem: 12-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-23°C Rain showers. Breaks of sun late. Mild. PE: 15-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...