Uzoba ngumengameli uMotlanthe - Lamola

2012-07-31 07:45

Johannesburg - Iphini likaMengameli uKgalema Motlanthe nakanjani uzokuba ngumengameli we-African National Congress, kusho iphini lomholi wophiko lwentsha uRonald Lamola.

"Kusobala kuwona wonke umuntu ukuthi uMotlanthe uzokuba ngumengameli we-ANC," kusho uLamola.

"Kungaba yiphutha elikhulu uma lokho kungase kungenzeki, uma ulandelisisa umlando weqembu.”

ULamola usho kanjena ngesikhathi ekhuluma namalungu ophiko e-University of the Witwatersrand, lana ubedlulisa umbiko ngomhlangano wophiko owabanjwa ngenyanga kaJuni, ngesikhathi kudingidwa ngemigomo.

"Sizokhuluma ngokuvulelekile eMangaung, sisho ukuthi uMotlanthe kumele abe ngumengameli eqembu.”
 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C More sun than clouds. Mild. Pta: 13-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-22°C Morning clouds. Mild. Bloem: 14-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 14-21°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...