Uzinikele osolwa ngelokudlwengula

2012-11-19 14:01
Yabelani Shicilela

Johannesburg -  Lowo osolwa ngokudlwengula uzinikele emaphoyiseni ase-Eastern Cape ngenxa yokuthi umphakathi ubungamnike kuphumula, kusho amaphoyisa ngoMsombuluko.

Kusolakala ukuthi le ndoda, 25, idlwengule isalukazi, 70, eDutywa ngoMgqibelo ekuseni, kusho uMajor Ernest Sigobe.

Ibe isigcinwa esitokisini njengoba kulindeleke ukuthi ivele enkantolo kungekudala ngecala lokudlwengula.

"Umphakathi uyanxuswa ukuba ubike ngalezi zigameko ungazithatheli umthetho ngezandla ngoba lokho kungase kuphazamise uphenyo," esho.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...