Uzinikele ogwaze intombi

2012-06-14 15:37
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Izinikele emaphoyiseni indoda yakwaCentane, e-Eastern Cape egwaze yalimaza kambi intombi ngesikhathi kuqubuka ingxabano, kusho amaphoyisa.

UCaptain Jackson Manatha uthi umsolwa uxabane nentombi wagcina ngokuthi ayigwaze amahlandla ambalwa.

Intombi eneminyaka engu-18 ubudala ingeniswe esibhedlela yatishwa.

Umsolwa ubhekene necala lokuzama ukubulala kanti uzovela ngaphambi kwenkantolo ngolwesihlanu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C Sunny. Mild. Pta: 12-24°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 11-19°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 5-22°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 17-24°C Haze. Mild. PE: 12-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...