Uyenyuka uphethiloli

2012-08-31 16:15

Cape Town - Intengo kaphethiloli izokwenyuka ngo-93c ilitha kusukela ngoLwesithathu, udizili wenyuke ngo-69c ilitha noma ngaphezulu.

Ukwenyuka kuzokwenzeka mhlaka-5 Septhemba, kusho uMnyango wezaMandla.

EGauteng ilitha kaphethiloli izotholakala ngo-R11.97 kuthi kwezinye izindawo ezigudla ulwandle itholakale ngo-R11.62.

Kulindeleke ukuthi ilitha kaphalafini inyuke ngo-97c ilitha bese ibiza u-R8.34.
 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-21°C High level clouds. Cool. Pta: 15-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 11-19°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 9-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-22°C Showers early. Morning clouds. Cool. PE: 14-25°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...