Uyavela enkantolo owezidumbu efrijini

2013-02-28 07:55
Yabelani Shicilela

Durban - Uyavela eNkantolo yeMantshi yaseNtuzuma owesifazane owakhalelwa ngamasongo kaSigonyela ngesikhathi kutholakala izidumbu zabantwana efrijini lakwakhe KwaMashu.

Izidumbu zosana olunezinyanga ezine luzelwe nolwalusanda kuzalwa zatholakala zihleli nenyama yenkukhu ngoJanuwari 26, ngemuva kokuthi amaphoyisa elunywe indlebe ngumphakathi.

Lo wesifazane wayesolwa ngokuba namakhaza angekho emthethweni ekuthiwa yiMabinda Funeral Services.

Ibhizinisi lakhe kuthiwa lawa, wadlelwa izimpahla, kepha yena waqhubeka nokusebenza.

Waboshwa wabekwa icala lokwephula umthetho iHuman Tissue Act.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Sunny. Mild. Pta: 11-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 10-19°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 8-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 15-25°C Mostly sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...