Uyaqhubeka umsebenzi emakhazeni kuGale Street

2013-02-14 16:20

Durban -  UMnyango wezeMpilo KwaZulu-Natal, uzichithile izinkulumo ezithi kunesiteleka esiqhubeka emakhazeni kahulumeni akuGale Street, nokuyiwo ahlale ematasa.

Umbiko wezindaba zeNewswatch uthi uNgqongqoshe woMnyango uS'bongiseni Dhlomo, ube nomhlangano nabezindaba ngemuva kokuphuma kwalemibiko.

UDhlomo uthi uMnyango uzolandela izinkinga abasebenzi abakhale ngazo, okuyizinto ezihlanganisa ukungabi sesimweni sezinsiza zokusebenza.

Kubikwa ukuthi kunezidumbu ezingu-30 eziduvile nezingaziwa ukuthi ngezobani.

UDinangwe utshele abezindaba wathi izinkinga ezikhona ziholele ekutheni kube khona izidumbu ezithuthelwa kwezinye izindawo, nokho uthi umsebenzi uyaqhubela.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-25°C Numerous showers. High level clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...