Uyaqhubeka nokona umbani kuleli

2013-02-14 08:08

Durban – Kushone abesifazane ababili ngesikhathi beshaywa ngumphezulu KwaZulu-Natal, kusho uMnyango wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu.

Okhulumela uMnyango uVernon Mchunu uthe uMildred Ngcobo, 50, ushe washona ngesikhathi ehlaselwa ngumbani ngaphandle kwendlu yakhe ngoLwesibili ntambama endaweni yaseMasangweni-amhlophe, kuMasipala waseNquthu.

Esinye isalukazi, uMaphungula Malinga, ushaywe ngumbani ngeSonto eMsinga.

UNgqongqoshe woMnyango uNomusa Dube uthe akumele ithathwe kancane indaba yomphezulu.

Sekushone abantu abangu-55 esifundazweni kusukela ngo-Okthoba nyakenye ngenxa yombani, izikhukhula nokugwiliza.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-27°C Sunny. Warm. Pta: 18-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 16-25°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-22°C Afternoon clouds. Cool. PE: 16-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...