Uyakweleta uReddy wodumo

2012-09-04 12:03

Durban - Usomabhizinisi odumile noshomene kakhulu nosopolitiki uVivian Reddy sekuvele ukuthi unesikweletu esingaphezu kuka-R80 million angasikhokhi.

Amabhizinisi kaReddy kuthiwa avamise ukuthola imisebenzi ezinkampanini ezifana ne-Eskom kanjalo nomasipala.

Abaqondisi benkampani i-EJ Power bathi babhekene nenkinga enkulu yezezimali, bathi ibhange abasebenzisana nalo okuyiFirst National bank, selize laphakamisa ukuthi kumiswe kancane ukusebenza kwezimali zenkampani.

Inkampani kuthiwa iphezu kwemizamo yokuzihlenga.

UReddy yena waziwa ngokuxhasa osopolitiki abaseqenjini le-African National Congress, abahlanganisa noMengameli uJacob Zuma.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

'Wangifakele isichitho usugar mama'

Emizuzwini eyi-7 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-25°C Sunny. Mild. Pta: 5-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-18°C Sunny. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-22°C Morning clouds. Cool. PE: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...