Uya enkamtolo obehamba ngesivinini esiphezulu

2012-12-31 14:29

Johannesburg - Izovela ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yasePitoli, indoda ebanjwe ishayela imoto ngesivinini esingu-187km/h, emgwaqeni onguN1, kusho amaphoyisa omgwaqo eGauteng.

"Indoda ithe iphuthuma e-East London, ithi isanda kuthola ukuthi kushone umfowabo. Amaphoyisa azame ehluleka ukuqinisekisa ukusho kwale ndoda,” kusho okhulumela amaphoyisa uBusaphi Nxumalo.

Umshayeli, 42, osebenzela inkampani yakwaMercedes Benz, ungomunye wabashayeli abaningi ababoshwe ngempelasonto beboshelwa ukuhamba ngesivinini esiphezulu.

Lona ubhekene necala lokushayela budedengu.




 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 3-19°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 7-20°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 17-29°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 16-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...