Uvume elokubulala uyise

2012-11-15 12:01

Johannesburg - Indodana kamfundisi waseFree State izivumele ngokwayo ukuthi yabulala uyise, kubike iphephandaba iVolksblad ngoLwesine.

UMartin Brits, 28, udalule lokho ngaphambi kwematshi ngoLwesibili.

UBrits, 28, no-Elliot Mhlambi, 41, babhekene necala lokubulala uyise kaBrits, uMfundisi Willem Brits, 60, webandla iDutch Reformed Church eKerkenberg.

Umfundisi wahlaselwa ngembazo kanti uVermeulen yena wadutshulwa ngoLwesine ebusuku, mhlaka-8 Novemba.

Unkosikazi wakhe uDorothea, 59, naye wahlaselwa ngembazo. Icala lalaba lihlehliselwe uNovemba 19.

Okhulumela iBloemfontein Medi-Clinic, u-Amanda Appelgryn, utshele iphephandaba ukuthi owesifazane kusembulwa kwembeswa kuyena.

Laba besilisa ababili ngaphambilini bebegcinwe ejele laseFrankfort -- uMlhambi ngokuduna imoto uBrits yena owadedelwa ngebheyili, ngelokweba.

Inkonzo yesikhumbuzo izobanjelwa eKerkenberg Dutch Reformed Church eHarrismith ngoLwesihlanu ngo-11:00.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 19-30°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 16-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 14-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-21°C Showers late. Increasing cloudiness. Cool. PE: 16-18°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...