Uvukwe ukugula umsolwa kwelakwaLotter

2011-10-27 14:51
Yabelani Shicilela

Durban - Kube nesiphithiphithi eNkantolo eNkulu yaseThekwini ngesikhathi lowo osolwa ngelokubulala uMathew Naidoo engasaziswa kahle emuva kokubona izithombe zezisulu.

I-albhamu yezithombe ibiqukethe izithombe ezahlukene zendawo yesehlakalo kanjalo nezithombe zezisulu ezimbili emuva kokuhlolwa kwezidumbu zikaJohannes Lotter nonkosikazi wakhe uMaria Magdalena.
 
UNaidoo uqale ukungazizwa kahle ngesikhathi epheqa le albhamu enezithombe ezihlasimulisa umzimba.

Kuze kwadingeka ukuthi inkantolo ithathe ikhefu.

Usolwa ngokuba ngungqondongqondo ekubulaweni kwabazali bakaHardus noNicolette Lotter.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...