Uvelile uthisha owadlwengula

2012-08-17 16:17

Johannesburg - Uvele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi eKrugersdorp uthisha osolwa ngokudlwengula intombazane yaseKagiso eneminyaka engu-16 ubudala.

Usagqunywe esitokisini, akucacile kahle ukuthi uzobuyela nini ngaphambi kwenkantolo, kusho uWarrant Officer Solomon Sibiya.

Uthisha oneminyaka engu-35 ubudala wasesikoleni samabanga aphakeme iThutopele Secondary School waboshwa ngoLwesine mayelana necala alenza mhlaka-18 no-19 Julayi.

USibiya uthe icala libikwe ngoLwesithathu, uthe akuqondakali ukuthi kungani kuthathe isikhathi eside ukuthi libikwe.


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C High level clouds. Cool. Pta: 21-31°C a few showers. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-26°C Showers early. Morning clouds. Warm. Bloem: 16-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-33°C More sun than clouds. Hot. PE: 17-26°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...