Uvelile owaqamba amanga ngokudunwa

2012-12-04 10:05

Johannesburg - Uchwepheshe wezamakhompyutha waseThekwini, owaqamba amanga wathi udunwe imoto wase ethunjwa izinsuku ezintathu, uvele kafushane ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yasePinetown ngoMsombuluko.

ULeon van Rensburg, 52, watatazelisa umndeni wakhe namaphoyisa ngesikhathi ethumelele indodakazi yakhe umlayezo ethi ucela usizo uthunjiwe.

Lona waphinde wafonela umndeni wakhe ngemuva kwezinzuku ezimbii, kusho umbiko wephephandaba iBeeld.

Umsolwa wavela ngaphambi kwenkantolo ngo-Okthoba, ubhekene necala lokuphazamisa ukusebenza komthetho, wabanjwa eKapa, ngemuva kokuthi engeniswe esibhedlela.

Icala lihlehliselwe umhlaka-13 kuyona le nyanga.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered clouds. Mild. Pta: 17-25°C a few tstorms. Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 13-18°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-21°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-24°C Rain showers. Afternoon clouds. Mild. PE: 17-20°C Showers early. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...