Uvelile ngelokudlwengula owesilisa waseSoweto

2012-10-30 14:54

Johannesburg - Indoda yaseSoweto esolwa ngokudlwengula umzala wayo, 10, ivele eNkantolo yeMantshi yaseProtea, kusho amaphoyisa aseGauteng ngoLwesibili.

Leli cala lihlehlisiwe ukuze kuzoqhubeka uphenyo.

Umsolwa ugqunywe esitokisini, kusho owamaphoyisa uWarrant Officer Kay Makhubele.

Lo msolwa, 20, uboshwe ngoMsombuluko enkabeni yeGoli.

Kusolakala ukuthi wabaleka ekhaya ngemuva kokwenza lo monakalo ngo-Agasti 17.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 16-29°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 13-24°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-28°C Rain late. Afternoon clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Showers late. More clouds than sun. Mild. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...