Uvelile kwelokubulawa komyeni

2012-08-27 16:23

Butterworth - Owesifazane wase-Elliot e-Eastern Cape, obhekene necala lokubulala umyeni wakhe ongumfundisi, uvelile ngaphambi kwenkantolo yeMansthi eButterworth.

UCaptain Jackson Manatha uthe uLungiswa Xuba, 40, nomunye umsolwa uVuyo Mehlo, 40, bazobuyela enkantolo mhlaka-5 Sephthemba, uthe bazogqunywa esitokisini.

"UMfundisi u-Ongama Xuba watholakala elele edamini legazi eseshonile ngoLwesihlanu. Isidumbu sakhe satholakala esontweni iSt Peter's Anglican Church, e-Elliot," kusho uManatha.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C Morning clouds. Mild. Pta: 15-24°C Partly cloudy. Mild.
Jhb: 12-19°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 7-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 15-28°C Morning clouds. Warm. PE: 13-21°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...