Uvelile enkantolo solwa ngokubulala

2012-12-19 14:44

Johannesburg - Indoda, 42, esolwa ngokubulala ivele eNkantolo yeMantshi yaseMankweng, kusho amaphoyisa aseLimpopo ngoLwesithathu.

UDavid Monageng uvele enkantolo ngoLwesibili ngemuva kokuboshwa ngeSonto ePitoli.

Uzobuyela enkantolo ngoFebhuwari, kusho uConstable Moses Molepo.

Usolwa ngokubulala owesifazane, 28, ngoMashi eMankweng, eLimpopo.

UMolepo uthe wabonakala noTumisho Somo endaweni yokucima ukoma yasendaweni ngelanga anyamalala ngalo umufi.

UMolepo uthi kwabe sekutholakala isidumbu sikaSomo sesibolile.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C Showers late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Sunny. Warm. Bloem: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-24°C More clouds than sun. Mild. PE: 15-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...