Utinyelwe wabulawa yizinyosi

2012-11-19 16:31

Johannesburg - Ahabambisa usizo lokuqala bamfice esethule owesilisa waseGoli eMayfair, otinyelwe yabulawa yiqulu lezinyosi, kusho bona abahambisa usizo lokuqala eGoli, ngoMsombuluko.

"Ekufikeni kwethu sizame sehluleka ukuvusa indoda eneminyaka engu-38 ubudala, ishonele endaweni yesehlakalo," kusho omunye wabahambisa usizo uNana Radebe.

Inhlekelele lena yenzeke ngasesikoleni samabanga aphansi iMayfair Primary School, akekho omunye ohlaselekile kulesi sehlakalo.



 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 7-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-24°C Sunny. Mild. PE: 14-25°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...