Uthole iminyaka owadlwengula ugogo eKZN

2013-02-26 16:00
Yabelani Shicilela

Durban – INkantolo yesiFunda kwaMaphumulo, imnike iminyaka engu-25 ethothoza ejele umlisa olahlwe yicala lokudlwengula isalukazi, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Thulani Zwane, uthi uNdumiso Gcabashe, 22, ulahlwe yicala lokudlwengula ugogo oneminyaka engu- 90 ubudala, owadlwengulwa esemzini wakhe oKwaMaphumulo, endaweni yaseWoza.

Lesi sehlakalo senzeka mhlaka-20 Julayi 2010, ugogo wayeyedwa ngesikhathi kungena uGcabashe, efika emkhomba ngomese emdlwengula.

“UGcabashe wahlula ngamandla ugogo, waphinda weba u-R470.”

UGcabashe waboshwa eseNtuzuma, ngenyanga kaFebhuwari.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-21°C High level clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 14-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...