Uthole ibheyili umvukuzi waseLonmin

2013-01-01 09:58

Johannesburg - Umvukuzi wasemayini iLonmin, owabanjwa ne-platinum, unikwe yinkantolo ibheyili ka-R800, kusho amaphoyisa aseNorth West.

Umsolwa uBenjamin Thetsekine, 37, uvele kafishane ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseRustenburg, ngoMsombuluko.

Lona ubhekene necala lokwephula umthetho ngaphansi kwePrecious Stones Act, kusho uCaptain Amanda Funani, umsolwa waboshwa ngoMMgqibelo, eMarikana, ngemuva kokubanjwa nempushana ye-platinum engaba yinani elingu-R800 000.

Umsolwa uzobuyela enkantolo mhlaka-4 Febhuwari.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Passing showers. More clouds than sun. Cool. Pta: 0-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 0-12°C Sunny. Cool. Bloem: 2-11°C Morning clouds. Cool.
Dbn: 8-20°C Sunny. Cool. PE: 10-18°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...