Utholakale nesitho sangasese esikhwameni

2012-11-08 10:01

Johannesburg - Izolala ibaliwe indoda yase-Eastern Cape etholakale nesitho sangasese somshana wayo womfana esikhwameni sayo semali, ngokusho kombiko wamaphoyisa ngoLwesine.

Umfana, 18, waduka elokishini iThebe, eNqobo, ngeSonto, kusho uColonel Mzukisi Fatyela.

"NgoLwesithathu umphakathi uthole isitho sakhe sangasese esikhwameni semali sikamalume wakhe kwase kubizwa amaphoyisa," esho.

UFatyela uthi le ndoda, 42, iyise amaphoyisa ehlathini eliseMalande lapho kutholakale khona isidumbu salo mfana sicwiyiwe.

Ubeshumpulwe ikhanda, izingalo nemilenze, nobekubekwe bude buduze nesiqu sakhe.

Umalume uzovela eNkantolo yeMantshi yaseNqobo ngoLwesine, kusho uFatyela.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-21°C Sunny. Mild. Pta: 4-19°C High level clouds. Mild.
Jhb: 3-14°C Mostly sunny. Cool. Bloem: 1-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-26°C Sunny. Mild. PE: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...